26/02/2026
Nenzan lapho?
Noma kungathiwa izinto ziyafana, lenkosazane uMandisa Sibisi wase Waterloo, bengbona neVideo yakhona, shukuthi lomndeni unenkinga ngempela ngoba nam ngaycela lengane eJudia 2014 ngayovela kubo 2015 March
Lomndeni namanje awukayeki ukuqola abantu ngalengane yabo🙄
2015 March, ngadliwa nam izinkomo zakithi kubo kalengane, ngangiyicele eBhentshini eJudia 2014, ngathi sengbuya ukuyovela kubo eWaterloo, ngafonelwa uNina wayo wathi anghlukane nengane yakhe, mangbuza ingane yangtshela ukuthi uthi umndeni ngeke uvume ukuthi ingane yabo iyogana umuntu okhubazekile.... ngaythatha indaba ngayfaka kubagcotshwa, sayifonela nomfundisi uMvubu sisebuhleni yathi yona ngeke ize lapho... ngo 2016 ngahamba ngayobika kuBaba ukuthi ngacela inkosazane kwase kwenzeka ubuqili, wathi uBaba angibize inkosazane nabazali bayo still yanqaba yathi ayizi lapho. Cha yona isazohlupheka ngoba nakuBaba ngaynikelela ngabika nasemsamo wakithi.. bayoze bathi klweee, kusakuncane lokhu