Izingonyama zasemanzini traditional healer

Izingonyama zasemanzini traditional healer Traditional healer Abaphile abantu

23/02/2023

Amen kulabo a athi abaphuphi okanye abaphuphayo kodwake ekuseni abasa khumbuli nali ikhambi Bilisa impepho yamawele uphalaze ngayo ugqume ugeze ayokhumbula wonke amaphupho wakho # Abaphile abantu

23/02/2023

Wena othi unezitha ake sizishaye ziphele nyaaa schisha mlilo - hlakaza - izibi zendlela Gquma geza phalaza 5 day ziphele nyaaa abantu

08/02/2023

Thokozani bogogo nomkhulu nabazulu bonke emagumbeni amane omhlaba, Izingonyama sazemanzini sezikhona sixolise kakhulu futhi siyabona ukuthi kade nizidinga Izingonyama ni ngabe nisayakude sikhona futhi sizimisele ukuba sinisize futhi siniphe ulwazi kabanzi ngempilo nangeziqinamba zonke eniye nihlangabezane nazo # Abaphile abantu

21/06/2022

Ake sehlukanise lesithandani ngezi athi ezithile ezingakujabulisi ngalesisichitho=mfazi othethayo nukani - amasimba omthi - hlakaza - dungamuzi - foshela = Hlanganisa kahle konke ubakhafule emasimbeni akho ekuseni njalo 5 days umboze ngopastiki omnyama ukuze uma bephuma beyohlola bengakuboni ezinhlolweni ubakhafule ubabize ngamagama abo wena ugeze ngempila esigangeni

Thokozile kakhulu siyatholakala sizingonyama zasemanzini esingodlweni kusuka ngomqibelo ukuya ngesinto siseDriezeick Ext...
21/06/2022

Thokozile kakhulu siyatholakala sizingonyama zasemanzini esingodlweni kusuka ngomqibelo ukuya ngesinto siseDriezeick Ext3 orange farm

21/06/2022

Thokozani sizwe sakithi sibonge amasa unkulunkulu nabadala besa senzele umusa, ake siqaqe izibopho zeminyaka empilweni yakho kukhanye =roslina kancane - sehlulamanye - khathibesinga - nukani - qaqabula - mpikayiboni Gquma phalaza 5 days kusuke izibopho ubumnyama kuqaqeke nedlozi likukhanyisele likuphe indlela eya ekukhanyeni ngempilo yakho

Thokozani sizwe sakithi siyanivusela ekuseni nje kulamakhaza sithi molweni kinina nonk thina seziyakhala ibambe ngakho
13/06/2022

Thokozani sizwe sakithi siyanivusela ekuseni nje kulamakhaza sithi molweni kinina nonk thina seziyakhala ibambe ngakho

10/06/2022

(Labatheka) bilisa ufake brown sugar kancane uphuze kuphakame amasosha omzimba kubuye nemizwa iyasiza naseku kudambiseni izifo emzimbeni (Labatheka) lingawe ufake izimaliti bese ugquma ngalo liyashaya ezitheni lisusa amashwa liyakhanyisa kubuye nezidalwa zakwenu

06/06/2022

Ake senze kubelula empilweni yakho siqaqe zonke izibopho ezafungwa ngawe khathibesonga - sehlulamanye - mpi kayiboni - nukani - nqaqabula - umfazi othethayo Gquma phalaza geza 4 days kukhanye empilweni # Abaphile abantu

27/05/2022

Thokozile ake sishaye siqeqebule sihlakaze izitha zakho ozaziyo nongazazi red candle - umagwaza - silephe - umfazi othethayo - sichishamilo - sehlulamanye - khathibesinga - foshela - sbhaha - bhubesi oil - mamba oil Hlanganisa kahle yonke lemithi ufake namafutha ubuse ugcoba icandle ngawo ubuse uyalishisa ngo 12:00 ebusuku uzowuzwa wena abantu

Address

Limpompo Turfloop
Polokwane

Telephone

+27792389888

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Izingonyama zasemanzini traditional healer posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Izingonyama zasemanzini traditional healer:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram