13/04/2026
π¨ Naku okubalulekile okumele ukwazi
β Umuntu okusuke kumele abonwe udokotela yilo osuke eshonele ekhaya eshone ngendlela e natural futhi kune chronic medication ayisebenzisayo (amaphilisi okugula okungapheli) kanye nalo osuke eshonele e-casualty esbhedlela engakosizwa
β Uma ngabe umuntu eshonela ekhaya eshona ngendlela engaqondakali (unnatural death ) kusuke kumele ufonele amaphoyisa aseduzane nawe ubachazele konke okwenzekile kube iwona akusizayo kuqala ngaphambi kwamasingcwabisane
β Uma kushona owesifazane ozithwele eshonela ekhaya kusuke kumele uqale ngokufonela amaphoyisa
β Uma ngabe kudlula emhlabeni umuntu owokungokufika (foreigner) kudingeka ukuthi abe ne valid passport ukuze sizokwazi ukuwamukela umzimba wakhe