Gadla Bethithiza Herbal

Gadla Bethithiza Herbal Gadla Bethithiza Herbal, ikhaya lezimbiza ezisiza kakhulu. Silapha izinkinga zoMama, INgane, oBaba, oBhuti abasebasha, oGogo noMkhulu ngokwahlukana kwezinkinga.

Silapha ngamakhambi esintu kuphela.

20/03/2024

Wena olala nesiLwane ebsuku, wena owashonelwa iNdoda or uMfazi obuyayo ebsuku ezolala nawe; nanku loShuni osusize abaningi. R200 contact me 0794504261. Noma ukude Nathi siyakwazi kukuposela ngoPep, sitholakala eStanger OK Mall B6 lapho sisebenzela khona Monday to Saturday 08:00 to 16:00

20/03/2024

iMbiza yomzimba omubi. Unamathumba, ilonda ezizimilelayo, iBhande......woza Kimi ngikunike nawu uShuni awushayi eceleni kodwa ushaya khona impela. Ibiza R80 ungaxhumana nami or whtspp me on 0794504261. Azisheke

20/03/2024

Unecala emsebenzini,? ujikelwa abantu bahlangana ngawe bafuna kukwenza izinto ezimbi? ( Izitha) contact/whtspp me on 0794504261. Kuyophenduka izinto la, bexabane bodwa bebulalane.

IMbiza yokuChatha, isiza kakhulu ukuCleaner iqolo, isinye, imvilaphu, inyawo ezinkenkethayo, BP, izifo ziphuma ngeziqu z...
01/03/2024

IMbiza yokuChatha, isiza kakhulu ukuCleaner iqolo, isinye, imvilaphu, inyawo ezinkenkethayo, BP, izifo ziphuma ngeziqu zoboya emzimbeni Uma suChathile ngayo uyajuluka. R100 contact us or Whtspp us to 0794504261

23/10/2023

Isibambelelo samadoda. Lomuthi owamadoda ashadelwe, alobolile, noma asalobola. Not iziNtombi. Uyawuphuza Uma uzolala naye uMama; usiza ukuMqinisa uMkakho kwizesheli zakhe ezisebenzisa imithi yokuqomisa, njengeziKhafulo, amaDliso ephupho nokunye. UMfazi Uma uMlala uphuze lenduku akadidiswa ngeSkhafulo neziGqhabo. Uma kwenzekile waqoma Ngeke kodwa alidedele ikhekhe lakho Kuyophambana izinto Uma bezama. Ibiza uR80 whtspp me 0794504261 madoda sukumani nivikele imizi yenu, asikho isihlahla la kukhiwa khona uMfazi, kodwa uyazakhela yena. Amen.

23/10/2023

GADLA BETHITHIZA; lomuthi uyasiza kakhulu nakosisi abanenkinga yokuba naManzi amaningi ngaphansi anukayo, ilonda ezincane ezenza umchamo ushise, noma kufuthe mawuqeda ukuchama, uMchamo onukayo. R90 whtspp/contact 0794504261

25/09/2023

GADLA BETHITHIZA; icombo esiza kakhulu Uma unomzimba okhipha izilonda. Imbiza + cream. Whtspp/contact 0794504261

25/09/2023

GADLA BETHITHIZA; LoMuthi uyasiza kakhulu Uma uphuma discharge endukwini, iZilonda ezincane ezibomvana ezikhala amanzi. R90 whtspp/contact 0794504261

Address

Kwadukuza
Shaka's Rock

Telephone

+27794504261

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gadla Bethithiza Herbal posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Gadla Bethithiza Herbal:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram

Category