28/08/2025
🪴🐝🍁kwabasebenzayo🍁🐝🪴
Uma kukhona okuxakazisayo emsebenzi
*Njenge mananger engakuphethe kahle, syayenza ikuthande
*noma abasebenzi abakuhluphayo syakwenza uhlonipheke uthandeke
* makuwen oneskhundla esthile syakwenza abasebenzi beyizwe yonkinto oyishoyo futhi bekuhloniphe
✨️Makukhona ofuna ukukuxosisa emsebenzini nom ukukukhipha eskhundleni...nginamasimba omthini la nezinongo ezimbalwa ...lanake kuyeka yena lowomuntu kuxoshwa yena noma eziyekele yena samsalofu🤞😅
*Makukuthi ubekfisela okubi noma ebekugadla ukuze uphume...iskhuni sibuya nomkhwezeli lapho abekwenza kuwe kwenzeka kuye 🤞
Singabantu abamnyama asfunde ukuphilisana okwenza kimi akukujabulise nawe mase ngikwenza kuwe🤞❤️