BT healers

BT healers BT healers is created to sort man's / women's sexual problems with safe to use traditional herbs,we

18/07/2024

uma bekhona abakholelwa ekulashweni ngamanzi kuphela ,ngilapha kaeziningi izifo ngamanzi ewodwa vo.anamndla ayisimangaliso amanzi.futhi kulonyaka asezobakhona amanzi aka BT healers ukusiza laba abangakholelwa emithini naseziwashweni.

Send a message to learn more

18/07/2024

umehluko phakathi kwedlozi nesthunywa ,isthunywa abantu bakini abangasekho ababekhonze umthandazo bezilapha ngamanzi noma ngeziwasho,(kodwa bakhona futhi ababethakatha kodwa besonta),isthunywa siphakamiswa ngokukhonza ukusonta,ukukhuleka.uma sesiphakeme uyakwazi ukuhlolela abantu usebenzise ibhaybheli noma amanzi,kumele uma ungenwe idlozi mhlawumbe ungalaphi uzame ukuthola ukuthi ikona kuphi okuphakeme kuwe phakathi kwedlozi nesthunywa,bese ulandela loku okunamandla kuwe,izimpawu zesithunywa esiphakeme ukuziphupha ugibele ibhayisekili,undiza,uphupha uthandazela abantu,kuculwa,zehlukene izithunywa futhi ziyashiyana ngamandla ,khona isithunywa esihlola kuphela,asilaphi omunye uyahlola alaphe ngamanzi.kukhona isthunywa sentaba nesezulu,nesamanzi ect,kubalulekile ukuthi ukuthi uma unazo izimpawu zaso ube umuntu okhonze ihlane,phecelezi ukukhuleka ehlane,entabeni,noma emfuleni,noma olwandle uwena owaziyo ukuthi uphupha kuphi kakhulu,kubalulekile ukulandela amaphupho noma ulandele izibonakaliso uwathungise amajazi owaphuphile,sizoshesha siphakame,abantu abanesthunywa uma singakaphakami uma bethandaza bayazamula,onedlozi uyathimula.isthunywa siclean ngoba emithini kubuye kuvuswe amathambo ezilwane,izandla zemfene kuyale kuyale akukho konke loku uma usebenza ngesithunya,futhi likhona igobongo lesithunywa,umuntu onesthunywa uboniswa namakhandlela,kubalulekile ukuwakhanyisa,eliyelow limele ekhaya lakuzalwa khona umama wakho kuthi elinavy limele lakuzalwa khona ubaba wakho,elibomvu limele izitha ozaziyo nongazazi,white impumelelo,brown imnono,black impinda,green liyadonza,ect.to continued

Send a message to learn more

02/07/2024

ngyabingelela kukhona abantu othola ukuthi baphanjanelwa ikhanda kodwa lomuntu uyazi waphanjaniselwa entweni yakhe ayibhemayo,uyalapheka umuntu onjalo,nami ngimunika into ebhenywa ugwayi noma insangu ngixube nomuthi usinde.

Send a message to learn more

23/05/2024

thokozani,ake ngichaze amaphupho.ukuphupha usesitimeleni,eskoleni,inhlwathi..ischitho.ukuphupha ugijima,uhamba ngemoto emhlophe ..impumelelo,ukuphupha imbuzi emhlophe,ufishi,imbuzi izala.inhlanhla,ukuphupha kusha.. ulaka lwabadala,ummbila ,imali emhlophe ..inhlanhla,amakhosi inhlala uzothola imali..amafruit ..ukukhulelwa kwakho noma emndenini,ibhasi,ibhanoyi,ugibele ibhayisikili ,undiza ..isthunywa,ujantshi ..usuke unabantu abadala,udakiwe..unezinkinga ezikuxakile,ukuziphupha ugwazwa noma udutshulwa.. kusuke kukhona okugadla ngemithi emibi.inyama ..isifo,imali eyamaphepha inhlanhla yemali esakude kodwa izofika.umhlabathi isifo.usebenza idlozi/ishunywa sikufunela umsebenzi.inja iscitho uma ilwa nawe kodwa uma ingalwi isdalwa esikugadile,ibhubesi,..kuchaza ukuthi amandla akho alinganiselwa kwawebhubesi.ukuziphupha uthandaza,..isthunywa.uhlanya inhlanhla.umshado isifo,uwasha inhlambuluko,ugeza izandla uxolo,amanzi aclean inhlanhla.uphotha/uphothwa izinwele khona inkinga ezayo.ukuphupha kwakhiwa isifo.ukuziphupha ugula uzophila impilo ende.uboshiwe zivalekile izinto zakho.izinkomo ezimnyama ..amadlo zi amabi adinga ukugezwa.izinkomo ezibomvu ehlane ..kuchaza ukuthi izidalwa zakho zifuna ukuhlanjululwa.ukuphupha izinkomo zilwa kuchaza ukuthi ubangwa izidalwa ezakomalume nakobaba wakh.ukuziphupha ukulayini,kunenkinga la ozibone khona ukulayi kumele usuke lapho

Send a message to learn more

23/05/2024

ngiyabingelela kubalandeli baleli page uma unesichitho,ubhema kodwa uwumuntu obhemayo,ukhona umuthi osikhiphayo ischitho kodwa uwuvuvuzela noma uwuxube naloku okubhemayo(insangu noma ugwayi)siphele nya iscitho.uma uwutradesman ubona umsebenzi wakho uvalekile awezi amacustomer,usola ukuthi kunomkhuba owenzekile,ukhona umuthi owuthela kulelothuluzi elikhona osebenza ngalo.

Send a message to learn more

07/05/2024

ngelinye ilanga ngifisa ukuchaza amaphupho ngendlela yaka BT healers
😀

Call now to connect with business.

01/05/2024

kunabantu abanenkinga yokugongobala isandla nezinyawo,uthole ukuthi umuntu akazalwanga nalenkina,bayasizakala,la kwa BT healers,unento enyakaza esiswini iyalashwa ngomuthi noma ngeziwasho,ukushiswa umchamo,ihlo lakwaleft alisaboni kahle,amadlebe abuhlung,amathumba angapheli,umhlume,inkinga yemizwa.inbox me la usizakale

Call now to connect with business.

Address

Sunnyside

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when BT healers posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to BT healers:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram