Mbhekaphanzi traditional healer

Mbhekaphanzi traditional healer Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Mbhekaphanzi traditional healer, Medical and health, Sunnyside.

11/06/2025
03/06/2025

Thokoza ekhaya

03/06/2025

Celebrating my 5th year on Facebook. Thank you for your continuing support. I could never have made it without you. 🙏🤗🎉

Thokoza ekhaya Iphakama lolwandle lihle kakhulu ekuphakamiseni inhlanhla nasekuphakamiseni idlozi nomsebenzi walo Lingen...
16/03/2025

Thokoza ekhaya

Iphakama lolwandle lihle kakhulu ekuphakamiseni inhlanhla nasekuphakamiseni idlozi nomsebenzi walo

Lingena emithini eminingi ngoba liyangena emthini yedlozi nakweyenhlanhla nasemthini yokukhulisa umsebenzi owenzayo

Nonke niyazi ukuthi ulwandle lisebenza ubusuku nemini

Thokoza ekhaya Kunabant abangenwe amadlozi ahamba emhlabeni ezilungisile inkinga zawo lowomunt impilo yakhe izohamba kah...
13/03/2025

Thokoza ekhaya

Kunabant abangenwe amadlozi ahamba emhlabeni ezilungisile inkinga zawo lowomunt impilo yakhe izohamba kahle njalo Uma egeze idlozi kuyena

Kunabant abangenwe amadlozi adinga ukulungiselwa inkinga ayengazenza esaphila

Kunabant abangenwe imimoya efuna ukusebenza ngabo

Kunabant abangenwe amadlozi ayesenze ngobunyama

Kunabant abangenwe adlozi ayekholwa ethandaza

Bonke labant badinga ukulungisa inkinga zabo ngokuhlukana kwazo

Awukwazi ukulungisa inkinga yakho ufune ukuyilungisa njengeyomunye

Ingakho emndenini uke ubone kukhona abaphumelelayo kube khona izinto zabo ezingabahambeli kahle

Address

Sunnyside

Telephone

0726775801

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mbhekaphanzi traditional healer posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share