Ubizo lwasemanzini nothingo Lwenkosazane

Ubizo lwasemanzini nothingo Lwenkosazane Ukulandela umgudu oyiwo wokuphakanyiswa kweziThunywa zasemanzini nezokukhuleka nokuzihlanganisa nobu

🌈🌈🌈
04/02/2022

🌈🌈🌈

Siyavusela........ Umntwana walayikhaya UThingolwenkosazane 🌈🌈🌈🌈🌈🌈
23/02/2021

Siyavusela........ Umntwana walayikhaya UThingolwenkosazane 🌈🌈🌈🌈🌈🌈

Isabelo sam esivela kumkhul Bhekulwandle nogog Manzolwandle πŸ‘πŸ‘πŸ‘Banginika uLwandle iSiziba neMpophomo kwathiwa uyosebenza...
20/08/2020

Isabelo sam esivela kumkhul Bhekulwandle nogog Manzolwandle πŸ‘πŸ‘πŸ‘Banginika uLwandle iSiziba neMpophomo kwathiwa uyosebenza ngalezi ndawo zontathu ngikwazi ukuxoxa nokuxhumana nazo noma ngikude kangakanani nazoπŸ˜’

it's a specific Ocean,a specific River as well as a specific Waterfall it is still a work in progress on my part familiarizing myself with going deep into them as i am required coz mengifika ngimela osebeni bavele babuze ukuth "manje kufanele bona baphume beze kumina yini"πŸ™„πŸ™„πŸ€¦β€β™€οΈI hold great respect for these 3 places as well as all waters i come across for my life lies at their mercy kuze ngelinye ilanga singagejani bese kuthiwa uThingo Lwenkosazane lwahamba namanzi noma lwahambisana abantu namanzi ngoba being a water being is more than just a title it comes with great responsibility yokulalela nokuhlonipha wona amanzi πŸ‘πŸ‘

Kusile kule ndawo yamaThongo neziNgeloziSiphiwe ngezindlela ezingafani akukho okubaluleke njengokulinda isiphiwo sakho u...
29/07/2020

Kusile kule ndawo yamaThongo neziNgelozi

Siphiwe ngezindlela ezingafani akukho okubaluleke njengokulinda isiphiwo sakho ungasiphuthumi ngoba ubona ezabanye sezifikile kushesha nokwabo ukhumbule nokuthi akusikho konke okukhazimulayo okuyiGolide kwazisholo ikhehla eliphila kimi

An old man's taleTo never knowing what lies aheadHowever pushing forward with the greatest entourage of great men and wo...
26/06/2020

An old man's tale
To never knowing what lies ahead
However pushing forward with the greatest entourage of great men and women who walked before her,ordained ordained forever a rainbow nkosazane (umuntu uyohlal eyingane nje)iyahambeka yona lendlela yokuphila ekuKhanyeni kwabo koThingolwenkasazane olwakhothwa ilanga,you wud swear sometimes the sun comes out just to embrace her πŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ‘
Sethula uNomangisi ingilozi yondlebe zikhanya ilanga ithongo elangenza ubaba ekhaya Ngonyama zibusa kunye πŸπŸ†mkhonto wokugwaza kwazisholo unina,just embrace who you are and the world will just adjust i always say πŸ˜πŸ’›kuhamba ibhunu leplazi ke la lapho asizwanini πŸ˜πŸ€¦β€β™€οΈ

"Asambe Sthunywa sam uyongihlolela phambili,lomoya lenginawo ngawuthola ekuhluphekeni"Ngiyanikhulekisa kuba zithi maziph...
22/06/2020

"Asambe Sthunywa sam uyongihlolela phambili,lomoya lenginawo ngawuthola ekuhluphekeni"

Ngiyanikhulekisa kuba zithi maziphakama izithunywa zenu nibhekana nenhlupheko ze ningahlubuki ukuze ziyonamathela kahle izithunywa zenu,lento iyangihlupha angazi ngingayichaza ngithini kodwa ngithi kulezo zivunguvungu zokugubha kwemagagasi elwandle kuphila kwenu nempumelelo yenu kulapho njengedayimane ligqitshwe umhlabathi 😏😏 πŸ™ŒπŸ™Œ

Makhosi Thongo lobaba Mkhulu tithunywa tidalwa tasemantini bomabitwa asabele nina kukhanya kwenu okwakhanyela zive zikha...
14/06/2020

Makhosi Thongo lobaba Mkhulu tithunywa tidalwa tasemantini bomabitwa asabele nina kukhanya kwenu okwakhanyela zive zikhashana ze nime njalo,mfula le geleza kuphila ze ingashi 😞😞😞banqobi beminyakanyaka πŸ™†β€β™€οΈπŸ™†β€β™€οΈπŸ™†β€β™€οΈhhe babe nkosi yam..........

We met through dreams before i cud set foot kuwe from those dreams i was told i shud never visit you or i will never com...
10/06/2020

We met through dreams before i cud set foot kuwe from those dreams i was told i shud never visit you or i will never come out,

Years later after practicing kwezinye izimpophoma as i see it,I was called home with my water guide and all 🀣coz even he once said we shall never make use of you(i'll never forget mkhul Ngcobo)however yourl knew from the beginning he & i sophelela kuni,kwala ngisho sebezama imizamo yokuniyocula kimi nasolo nimile nithi sila la sikhona uyoyisthola la emzini omhlophe mhla kwafika isikhathi,whenever i descend upon the path dat leads to these waters my blood flows ngeny indlela and i get shivers down my spine like a child seeing candy in a candy store

Sometimes kunaboGobela who instill fear in those dat come after them or to them for help,we House & are Led by Water Warriors from the beginning of time πŸ™ŒπŸ™Œiyekeni lento yokuthi umuntu onesiphiwo sasemanzini akufanele angene emanzini ngoba ngeke abuye dat upsets me kanzima ayikho leyonto unless kunento engahambanga kahle noma engahlambulukile or worse ogobela benu basuke beqhuba lokukhohlakala kwabo yikho ngithuthiswa kulempophomo manje 😩😩😩

Teengow's magic wand πŸ™ŒBathe isangoma esinemiyeko πŸ˜’Inyoka emahwaqa 😍😍😍😍
07/06/2020

Teengow's magic wand πŸ™Œ
Bathe isangoma esinemiyeko πŸ˜’
Inyoka emahwaqa 😍😍😍😍

Ubuhle bengilozi yeNzuza ukuthi ayigcini ngokuzilawula nokuzihlelela kuphela izinto zayo ukuthi zenziwa kanjani nini kod...
07/06/2020

Ubuhle bengilozi yeNzuza ukuthi ayigcini ngokuzilawula nokuzihlelela kuphela izinto zayo ukuthi zenziwa kanjani nini kodwa kukona konke iwumvikeli owumangqasha ayozeli ayilali ibonela khashana bese iyakunqobela πŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™Œ
Ukuyeke eceleni ukukhanya kwayo ayikufukuzisi izisebenzela yona Ngilozi emaqhinga awapheli aibo kungasa emnyango nginichazela ngeSthandwa sam 😍😍😍😍

Iyabingelela iNkosazane yalayikhaya nami angazi lutho ngiyisithunywa sabo nje esilalela bona πŸ˜’πŸ˜’
05/06/2020

Iyabingelela iNkosazane yalayikhaya nami angazi lutho ngiyisithunywa sabo nje esilalela bona πŸ˜’πŸ˜’

SiyabingelelaLapha kusesiZindeni seNgilozi yasemanzini,lengilozi mina njengomntwana wayo isingifundise yangibonisa lukhu...
29/05/2020

Siyabingelela

Lapha kusesiZindeni seNgilozi yasemanzini,lengilozi mina njengomntwana wayo isingifundise yangibonisa lukhulu ukuze nawe usizakale kokusiza ukulandela indlela yayo yokwenza izinto ezimbili
uZothobeka uBekezele,uma ubona engathi uyaphuthuma nxese uyosisiza udlulele phambili nami ngelinye ilanga ngafunda ukulinda ngabekezela ukuze ngibe nalokhu kukhanya enginakho namhlanje kancane kancane sizocathulisana size sifike

Amen,Emakhosini

Iphutha lokuqala esilenzayo ukuzwa ngomuntu ai lento ekhuluma kuwe akekho umuntu oyothi uyohlola afike athi "Mina ngizok...
27/05/2020

Iphutha lokuqala esilenzayo ukuzwa ngomuntu ai lento ekhuluma kuwe akekho umuntu oyothi uyohlola afike athi "Mina ngizokuthwasisa kusho idlozi lakho" nakamhlola sthandwa sam ilezangoma ezicanvasayo lezo ezibhorekile akukaze kwenziwe kanjalo

Oh well uThingolwenkosazane 🌈🌈 umlisa mumbe omabalabala 😏😏,UNomakula inkosazane ethize enhle njengezihlabathi zolwandle ...
22/05/2020

Oh well uThingolwenkosazane 🌈🌈 umlisa mumbe omabalabala 😏😏,
UNomakula inkosazane ethize enhle njengezihlabathi zolwandle 🌊🌊🌊
Sidonsa ngesithunywa sikaNomangisi πŸ‘΄ ikhehla lomlungu elingalali ubusuku nemini 😏
Inkosazane ayiqedwa πŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™Œ

Address

118 Malukazi Drive
Umlazi
4066

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ubizo lwasemanzini nothingo Lwenkosazane posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Ubizo lwasemanzini nothingo Lwenkosazane:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram