Gogo Malandela

Gogo Malandela Traditional healer

07/03/2026

Indlela eya empumelelweni inzima idlula ebunzimeni... Put your faith in God... And trust idlozi lakho๐Ÿ™๐Ÿ™๐Ÿ™

07/03/2026

Bad dream....when your ancestors warn you...
1.ukunethwa imvula... Kukhona izinto ezizokukhalisa
2.ukuphupha izinja sikujaha... Izitha ezifuna phansi
3.Ukuphupha ibhola... Muntu ozwana naye ongake akuyise ndawo
5. Ukuphupha khuluma no cingo... Inhlebo ewumshosha phansi
6.ukuphupha wenziwa ikhanda uluka... Inxabano enkulu ezayo
7.ukuphupha macici... Inhlebo
8. Ukuphupha izinwele zinkulu zizinde... Inkohliso

20/02/2026

Thokoza
Awuvuse isdalwa sakho...izinto zami zibheke phansi naphezulu
Thola....
1
2
3
4 ...mafutha omhlaba
4 milk
Uyageza...sivuke isdalwa sikhulume sikhanyise,๐Ÿ™๐Ÿ™๐Ÿ™

Mhlonishwa... Lomuntu usebenza kakhulu Uma ufuna ukuthi abantu bakuhloniphe nase emsebenzini abaphathi bakuhlonipheThaka...
10/01/2026

Mhlonishwa... Lomuntu usebenza kakhulu Uma ufuna ukuthi abantu bakuhloniphe nase emsebenzini abaphathi bakuhloniphe
Thaka...
1.mhlonishwa
2.ngoba makhosi
3.mlomo omnandi
Uyagquma.... Uyageza

02/01/2026

Uma idlozi lithuli du...amaphupho awasacaci awenze kanjena thola
1.dlozi lezizwe
2.abaprofethi
3.ubhubhubu
4.mfazo othethayo
5 umhlahlo
6 Umadlozane
6 ungibonisele
7 umacacisa
Hlanganise yonke lemithi uyaphalaza ugeze... Lana khohlwa noma kuthiwa idlozi liphenduliwe liyabuya likhulume

23/12/2025

Akukho okubalulekile okudlula ukuzihlambula noma ugeze idlozi leli elivala izinto zakho...
Like... Comment ngizokphendula ngiphinde ngisho impande ezokusiza

Sichaza amaphupho1.ukuphupha ukhuphuka intaba... Ukunqoba... Ukunqoba ke uyazazi wena ukuthi usuke ubhekene nayiphi ixha...
17/09/2025

Sichaza amaphupho
1.ukuphupha ukhuphuka intaba... Ukunqoba... Ukunqoba ke uyazazi wena ukuthi usuke ubhekene nayiphi ixhaki
2.ukuphupha izinkomo zikujaha ubaleka... Ulaka lwaba phansi noma thonga Eliza kabi
3.ukuphupha ukhala uze uphume izinyembezi... Usuke uzo jabula kakhulu
4.ukuphupha unethwa imvula... Kukhona oku zoku phatha kabi futhi kuzoku khalisa
5.ukuphupha ushayela imoto... Ukuphumelela
6.ukuphupha Ibhola... Kuba kabili libika ukukhulelwa noma umuntu osuke uzwana naye akayinto yalutho
7.ukuphupha amanzi amhlophe idlozi elihle
8.ukuphupha kuphuma izinyo... Isifo isihlobo noma emndenini
9.ukuphupha umuntu enqunu... Ihlazo noma imfihlo ezovela ngaye
10.ukuphupha izinja zikujaha izinto ezikulandela

Checkout the full domain details of 1.uk. Click Buy Now to instantly start the transaction or Make an offer to the seller!

10/07/2025

Ukungazwani nizwalwa ndawonye nize nizondane kungabi khona ukuthula ekhaya...lokho uchunukisa isidalwa sinengekwe... Noma sithi siletha inhlanhla ekhaya simane sijike sifulathele...kuphela iminyaka ungakhulumisani nengane yakwenu...kwenye inkathi ngibuye ngibuke neskhathi sakudala lapho I ndoda wayiphuma ihambe... Ifune ikhubalo lokuhlanganisa Izingane zayo mibona Izingane zayo zikwembana zodwa... Iyifune lento... Buyisanani iskhathi sisekhona

27/05/2025

-_Gogo malandela
Bayaphila omkhaya bami... ESHOWE
mhlaka 31 may ngomqibelo kusukela ngo 10 ekseni ngizobe ngise Sunnydale... Asibonane khona Gingindlovu
Mandeni
Stanger
Shakaskraal
Coming soon ngizo post ama dates ngiyabonga

-_Gogo malandela๐Ÿ“ฟ๐Ÿ…๐Ÿ’ฅIsthunywa ingilosi womkhuleko ehamba namanono ukuxumana nalo Moya ukuphahla ukhuleka ngezibani noma u...
26/05/2025

-_Gogo malandela๐Ÿ“ฟ๐Ÿ…๐Ÿ’ฅ
Isthunywa ingilosi womkhuleko ehamba namanono ukuxumana nalo Moya ukuphahla ukhuleka ngezibani
noma ukukhuleka entabeni...
Ukukhuleka ๐Ÿ™๐Ÿ™๐Ÿ™

17/04/2025

๐Ÿ’ฅ๐Ÿ“ฟ๐Ÿ…-_gogo malandela
Isinye esibuhlungu... Sidala umcamo oshisayo omunye akhale ngezihlungu discharge... Amanzi imbiza iyatholakala... Eqeda ukuhlungu ikhucule ukuncola okuse sinyeni....imbiza iyatholakala for more For info contact 06816868629

16/04/2025

Cleansing ceremony
Ukukhuphunyelwa isisu kundala amathunzi amnyama noma kuvaleka izinto ezinhle phezu kwesimo sempilo yakho...ukugeze gives a way forward to future... for more info contact:My WhatsApp number 06816868629

Address

Umlazi

Telephone

+27678169797

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gogo Malandela posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram

Category