Impilo Nemimoya

Impilo Nemimoya Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Impilo Nemimoya, Medical and health, Old Road, Vryheid.

18/06/2022

Kukhona ukuth umuntu abangwe zidalwa

Kukhona futh ukuth umuntu abangwe zimoya

Umbuzo ke Ilona othi usizakala kanjan?

12/05/2022

Sanibonani

Isithi sihloko ofisa skhulume ngaso namuhla

Unga comment ngaso or uze Ku inbox ngyobe sengiphendula or nginabe ngaleso sihloko

29/04/2022

Ngyabingelela

Kunendawana nje engfisa kuyikhanyisa, Uma uphuphunyelwa isisu kusemqoka ukuth ugcine zonke imfanelo ngedlela yebo ungagezwa kwenu nakamfana Dade kodwa kubalulekile ukuth umtwana lowo aqanjwe igama agezwe naye ngendlela efanele ngoba ungagezwa wena nobaba wakhe Uma umtwana kungafeziwe konke uzolokhu unalo ithunzi futh ngyasaba ke Uma uzithi uyobheka bethi inesilwane kaesivala izinto zakho usilahle kuqhuke kube mpisholo izinto zakho Kanti Cha ilowamtwana ongaqanjiwe igama

13/04/2022

Sanibonani kulomuzi

20/03/2022

Awuke nje U*i clean ungusisi noma ungubhuti

Spirit
Umsuzwane

Ugqume ugeze

Athi amakhosi ayakuthanda we thwasa lami ubongiphelezela somba umuthiUmuthi👇
18/03/2022

Athi amakhosi ayakuthanda we thwasa lami ubongiphelezela somba umuthi

Umuthi👇

15/03/2022

Ngyabingela zihlobo zokumkhonza

Ngithi anginazise kuth admin wethu uzoguqula ingama le page

Sesoba negama Elisha

Mase kuthi Ngo 20: 00 kuya Ku 21:00 zoninika number ozoyifonela Uma ufuna kuhlolelwa nje izinto zakho kuzobe kumahhala sicela lelithuba lithathwe ilaba abanenkinga ecrc abadlalayo sorry

Ake sbone ngama like nje aw 50 kuth niyalamukela lelithuba

14/03/2022

Awusixoxele indaba yakho sikuhleke ,😂🤣😂

Ngeskhath uthandana nomuntu onemimoya yin le owathi umfihlele yona wavele wamuzwa esekubuza yona

Ngabe waphupha noma wayizwa nje ngomoya

10/03/2022

Ngyanemukela nonke enisijoina kulomuzi,

Ake ngiphawule nganalu udaba

Umawakho ujole nababa wakho kwazalwa wena wahlawulwa maqede behlukane nangya Baba wakho eqhubeka nempilo kanjalo nomama wakho eqhubeke

Inkinga ke iqala mase wena kumele ube nesibongo

Eyesibili izinto uzenzela kuphi komalume noma lobaba

Asiyixoxe

03/03/2022

Sanibonani ngyanikhumbuza kuth ningasabi kubuza Noma yin eniyizwile yanidida eshiwo abalelaphi noma oyiphuphe ulele ehambisana nokwelapha Noma imimoya

Angidlulise nakho futh okunye ngane zakwethu, awukho umuthi omele usetshenziswe inyanga Noma umthandazi mase ezolala nawe kuze usinde esimweni sakho

Asihlangane kuma comments

02/03/2022

Sanibonani kungulwesthathu

Ake nginixwayise kulokhu, Uma uhlukana nomuntu othandana naye ethathwa omunye Uma usamthanda yekela ukuyolanda isichitho ngoba 70% of abelaphi bamanje benza wrong when it comes to isichitho uvele uthi ushaya bona ngesichitho kanti uzifaka wena isichitho ubone abantu abahlukani lapho wena ukhokhile indoda ivele ikunyanye kakhulu kanti uwena ozifake isichitho ngyanixwayisa

Mowaliwa umuntu umthanda hlukana nechitho hamba nje ugezwe ngoba kuyenzeka waliwe kanti khona ithunzi onalo so mugezwa lisuke uyabuya umuntu wakho

Asihlangane kuma comments imibuzo ngzoyiphendula yonke

Ngyanibingelela kulusuku lwangesontoNali ijazi engzolembatha namuhla, ungabuza Noma yin ngalo, hlampe nje wake walibona ...
27/02/2022

Ngyanibingelela kulusuku lwangesonto

Nali ijazi engzolembatha namuhla, ungabuza Noma yin ngalo, hlampe nje wake walibona ngaphambilini Noma kwathiwa nawe Tina nalo Noma waliphupha

Ngbuze ngalo kuchazele konke ofuna ukukwaz asidibane kuma comments

22/02/2022

Ake ngithathe lethuba ngbingelele Kini nonke eniyinxenye yalelilhasi

Inhloso yokusungulwa lelikhasi ukuth svuleleke sixoxe ngempilo ephilwa abantu abanemimoya phinde kutholwe isombululo

Masikhulekha ngokukholwa konke kuzikwenzeka
13/02/2022

Masikhulekha ngokukholwa konke kuzikwenzeka

Amanzi ayimpilo
12/02/2022

Amanzi ayimpilo

09/02/2022

Yaz khona into engabe nginenzela yona namuhla manje ani like ani comment

Bengzothatha abaw 15 nje kuphela

Niyawumoshake kodwa umuthi maniwufaka emanzini Amaningi so😔🤨
05/02/2022

Niyawumoshake kodwa umuthi maniwufaka emanzini Amaningi so😔🤨

Kubalulekile kuphila impilo yakho ngenjabulo ngoba iskhath syahamba futh ziyancipha insuku zokuphila usuku nosuku jabula...
02/02/2022

Kubalulekile kuphila impilo yakho ngenjabulo ngoba iskhath syahamba futh ziyancipha insuku zokuphila usuku nosuku jabula usane skhath emhlabeni kuze ngeke ukhale makufika usuku ongalaziyo

Address

Old Road
Vryheid

Telephone

+27738680560

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Impilo Nemimoya posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram